Imiphumela yokucima ugesi

Ukucima konga ugesi kunemiphumela eyahlukahlukene ukucima ugesi kukahulumeni kuqala izinkinga emiphakathini esikuyona, futhi kungadala nezingozi, ake senze isibonelo, ake sithi uyapheka bese ugesi uhamba , kuyenzeka ukhohlwe ukucima isitofu, bese wenza okwenzayo ngalesikhathi ugesi ubuya isitofu sivuthe kushe indlu. Ukuhamba kukagesi kubalekisa inzuzo kuma business ancike kugesi ukuthi asebenze. Amabhizinisi achitha izimali ethenga imishini esebenzisa upetrol nawo upetrol uyabiza ngokwawo, lokhu kugcine sekunyusa izindleko zebusiness , kugcine sekunyuza izindleko zomkhiqizo. Kunezindawo lapho kungabaswa khona ezindaweni ezifana nasemalokishini lapho kungathezwa, uma ugesi uhamba abantu bazohlala bangadli uma bengena imali yokuthenga ukudla okusheshayo. Ukudla kuyabola kwiziqandisi, ikakhulukazi ngalesikhathi ugesi uhamba amahora amaningi khona.

Ukuhamba kukagesi kwehlisa umnotho wezwe, abatshali zimali babaleke. Izibhedlela zincike kugesi ukusebenza , uma uhamba ugesi , abantu abagulayo bazosizwa kanjani? Ukuhamba kugagesi kuthiwa kuhambisana nobugebengu bokutshotshwa kwamakhebuli, ngoba ngalesikhathi uhamba ugesi izigebengu zivele zithole ithuba ngoba kusuke kumnyama ziyontshontsha. Ngo 2008 kunezimayini ebezivalwa uma ugesi ungekho, uma zivalwa izimayini kushuthi abantu abasebenzi, uma behola bengasebenzi inkampani iba sezindlekweni, okulandelayo ukuxoshwa kwabantu.

Inkulumo elungiselelwe izihloko

Ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje English article
Ububi nobuhle bobuchwepheshe

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

Related articles

  1. Ukubekezela kuzala impumelelo
  2. Usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  3. Lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  4. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  5. Amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  6. Ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  7. Ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  8. Ubunzima obuthwala omama
  9. Umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  10. Umzali ubalulekile
  11. Inkulumo elungiselelwe
  12. Ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  13. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  14. Amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  15. Izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  16. Ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  17. Ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

Sithumelele essay yakho

Uma kukhona isihloko se essay osidingayo ongasitholi sicela wenze icomment lapha ngezansi sizozama okusemandleni ukukusiza
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

Yikuphi okungenziwa uhulumeni ukuxazulula lenkinga,Qhaza lini elingabanjwa umphakathi ekulekeleleni ukonga ugesi
167 posts
Reply
Yikuphi okungenziwa uhulumeni ukuxazulula lenkinga Qhaza lini elingabanjwa umphakathi ekulekeleleni ukonga ugesi
167 posts
Reply
?
 

Iziwasho nemithi